• Advertisement
  • Advertisement
  • Advertisement
  • Advertisement

Sjava impilo lyrics

Sjava impilo lyrics

Postby lyrics » Thu Mar 08, 2018 10:47 pm

Sjava impilo lyrics




Sengaze kuf'umuntu (x2)
Ngenxa yothando

[Chorus]
[Repeat x2]
Ngiyaz' akukho lula
Umuntu umthande ak'tshela ukuthi uthando luphelile
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)
[Repeat x2]
Kuyoksiza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubula. umshise myekele
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)

[Verse 1]
Khala some mntaka ma
Sezandlula lezontsuku
Sisa khula sithandana
Kwakumnandi emhlabeni
Khala some mntaka ma
Sezandlula lezontsuku
Sisa khula sithandana
Kwakumnandi emhlabeni
Ngith'akusekho lokho
Sekuy'phupho lokho
Ngithi iyanciph' im'shado
Kwand' im'ngcwabo
Ngith'akusekho lokho
Sa qhum' islilo
Iyanciph' im'shado
Kwand' im'ngcwabo

[Chorus]
[Repeat x2]
Ngiyaz' akukho lula
Umuntu umthande ak'tshela ukuthi uthando luphelile
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)
[Repeat x2]
Kuyoksiza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubula. umshise myekele
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)

[Verse 2]
Anibize abadala
Bashise impepho emsamu
N'bize nabafundisi
Bathandaze...
Anibize abadala
Bashise impepho emsamu
N'bize nabafundisi
Bathandaze...
Ngoba makunge njalo
Bazophela omama bethu
Bazophela odade kwethu
Zophel' ingane
Sekwanele (x2)
Legazi el'cithekile
Selanele

[Chorus]
[Repeat x2]
Ngiyaz' akukho lula
Umuntu umthande ak'tshela ukuthi uthando luphelile
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)
[Repeat x2]
Kuyoksiza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubula. umshise myekele
(Kodwa impilo, kumele iqhubeke)
User profile picture
lyrics
Regular Member
Regular Member
 
Status:
Posts: 37   Check My Posts
Joined: Wed Mar 07, 2018 6:22 pm
Been thanked: 6 times

Advertisement

Loading...

Return to Hip Hop & Rap Songs

Login  •  Register


  • Advertisement